Amaphupho ngamathuluzi okubhala

 

Amaphupho ngamathuluzi okubhala

Amaphupho ngezikelo

Uma uphupha ukuthi usebensiza isikelo kusho ukuthi abantu obathembayo bangase bezame ukukuthola.

Amaphupho ngepensela

Uma uphupha ukuthi usebensiza ipensela kusho ukuthi kufanele uqaphele abantu abafuna ukukunikeza izinto.

Amaphupho ngesinamathelisi

Uma uphupha ukuthi usebensiza isinamathelisi kusho ukuthi uzokwenza abangani kodwa ngeke ubudlelwane buqhube isikhathi eside.

Amaphupho ngocwebecwebe

Uma uphupha ukhuthi usebensiza ucwebecwebe uphawu oluhle lekusasa lakho ikakhulukazi ebudlelwaneni bakho nabanye.

Amaphupho ngemvilophu

Uma uphupha ukuthi usebenzisa imvilophu kusho ukuthi uzohlangana nabantu abasha maduzane. Kuyibikezela elikwazisa ukuthi uzothola umngani omusha empilweni yakho. Kanti uma uphupha umuntu ekunikeza imvilophu, lokho kungachaza ukuthi wena nalomngani omusha ozomthola nisuke nizohlanganiswa nguye lowomuntu okunika imvilophu ephusheni.

Comments