Ndebele Totem


Mazankosi
Nina abakwadindela
Nina abakwamgolodelwa
Ngokuzala ukhondlo
Inkosi  yasemantshaleni
Amashayela phezulngokumbindlu
Amabethela isigogo
Mabhele balekani imilenze ebomvu
Ndaba
Nina abakwabhensa
Nina abakwamahaye
Niba bakamakhaphazela
Untunyelelwa yasefamona
Ivande lathethwa umatshinga nontsele
Umekeza kamashido
Abakwandaba ngogoba amadolo
Imididwaedidwa ngamabala
Mwelase
Abangaweli ngazibuko
Abawela ngezinsungulo
Wena okwasihlathiesihamba ngendlela
Wena waka funisaumuntu inkonzo
Wena kamagwaza engugwini
Owagwaza intombi nesoka
Nabongwane

Comments

Post a Comment